hambisa izinto kusuka ku-app yohlu lokufunda kuya ku-microsoft edge

Hambisa izinto kusuka ku-app Yohlu Lokufunda kuya ku-Microsoft Edge

Kukhona uhlu lokufunda olwakhelwe ngaphakathi ku-Microsoft Edge, isiphequluli esisha ku-Windows 10. Uma usebenzise i-app Yohlu Lokufunda ku-Windows 8.1 futhi manje usubuyekezele ku-Windows 10, hambisa izinto ukusuka ku-app endala uzihambise ku-Microsoft Edge.
Ku-app ethi Uhlu Lokufunda, khetha into ukuze uyivule ku-Microsoft Edge.

(Uma ivuleka kusiphequluli esihlukile, qala ngokuthi uye kokuthi Qalisa, bese uya kokuthi Amasethingi > Isistimu > Ama-app amisiwe bese ushintsha isiphequluli sakho sewebhu esimisiwe sibe yi-Microsoft Edge.)
Ku-Microsoft Edge, khetha uphawu lwenkanyezi, khetha okuthi uhlu Lokufunda, bese ukhetha okuthi Engeza.

hambisa izinto kusuka ku-app yohlu lokufunda kuya ku-microsoft edge
hambisa izinto kusuka ku-app yohlu lokufunda kuya ku-microsoft edge

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *