i-windows hello ku-windows 10

Iyini i-Windows Hello?

I-Windows 10

I-Windows Hello isingeyomuntu siqu kakhudlwana, indlela evikeleke kakhudlwana yokuthola ukungena okusheshayo kumadivayisi akho e-Windows 10 usebenzisa umugqa womunwe, ubuso, noma ukubonwa kwamehlo.

Ama-PC amaningi anezifundi zomugqa womunwe asekulungele ukusebenzisa i-Windows Hello manje, futhi amadivayisi amaningi akwazi ukubona ubuso bakho nenhlamvu yeso ayeza maduzane. Uma unedivayisi esebenzisana ne-Windows Hello, nansi indlela yokuyisetha:

i-windows hello ku-windows 10
i-windows hello ku-windows 10

I-Windows 10 Mobile

I-Windows Hello iyindlela yokomuntu siqu yokusayinela ukungena kumadivayisi we-Windows 10. Iqaphela amehlo wakho ukuze iqinisekise ukuhlonzwa, okusho ukuthi uthola ukuvikeleka kwezinga lebhizinisi ngaphandle kokuthi uthayiphe iphasiwedi yakho.
I-Windows Hello ilugcina kanjani ulwazi lami luyimfihlo?
Ezinye izingcingo ze-Lumia ezisebenzisa i-Windows 10 manje zikulungele ukusebenzisa i-Windows Hello, futhi amadivayisi amaningi anesihlonzi se-iris ayeza maduze.
Kokuthi Qala, swayipha ngaphezu kohlu oluthi Wonke ama-app, bese ukhetha okuthi Amasethingi > Ama-akhawunti > Izinketho zokusayinela ukungena.
Ngemva kokuthi usukusethile, uzokwazi ukuvula ucingo lwakho ngokubuka nje.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *