Ukusekela Windows 10

indlela yokwakha iphasiwedi eqinile

Yakha iphasiwedi eqinile

Amaphasiwedi aqinile asiza ukunqanda abantu abangagunyaziwe ukuthi bangangeni kumafayela, izinhlelo, nezinye izinsiza, futhi kufanele kube nzima ukuyiqagela noma ukuyixazulula. Iphasiwedi elungile:
Okungenani inezinhlamvu eziyisishiyagalombili ubude


Ayiqukathi igama lakho lomsebenzisi, igama langempela, noma igama lenkampani
Ayiqukathi igama eliphelele
Ihluke ngokuphelele kumaphasiwedi angaphambilini
Iqukatha osonhlamvukazi, izinhlamvu ezincane, izinombolo, nezimpawu

Exit mobile version