indlela yokusebenzisa ama-alamu ku-windows 10

Indlela yokusebenzisa i-app ethi Ama-Alamu Newashi

Nqaba noma lalisa ama-alamu

Ama-alamu azokhala ngisho nalapho i-app ivaliwe, umsindo uthulisiwe, i-PC yakho ikhiyiwe, noma (kwamanye amalepthophu amasha noma amathebhulethi ane-InstantGo), ekunqubo ethi Lala. Kodwa ngeke asebenze uma i-PC yakho icashisiwe noma ivaliwe.

Continue reading “indlela yokusebenzisa ama-alamu ku-windows 10”

ngazi kanjani ukuthi ngingayethemba iwebhusayithi ku-microsoft edge?

Ngazi kanjani ukuthi ngingayethemba iwebhusayithi eku-Microsoft Edge?

Uma ubona inkinobho yokukhiya eduze kwekheli lewebhusayithi ku-Microsoft Edge, kusho ukuthi:
Lokho okuthumelayo nokutholayo kusukela kuwebhusayithi kubhalwe ngokufihla, okwenza kube nzima nganoma yimuphi omunye umuntu ukuthola lolu lwazi.

Continue reading “ngazi kanjani ukuthi ngingayethemba iwebhusayithi ku-microsoft edge?”

indlela yokwakha iphasiwedi eqinile

Yakha iphasiwedi eqinile

Amaphasiwedi aqinile asiza ukunqanda abantu abangagunyaziwe ukuthi bangangeni kumafayela, izinhlelo, nezinye izinsiza, futhi kufanele kube nzima ukuyiqagela noma ukuyixazulula. Iphasiwedi elungile:
Okungenani inezinhlamvu eziyisishiyagalombili ubude

Continue reading “indlela yokwakha iphasiwedi eqinile”

xhuma idivayisi ye-bluetooth ku-pc yami

Xhuma idivayisi yokwemisindo kwe-Bluetooth noma isiboniso sokungaxhunywa kugesi ku-PC yakho

Xhuma idivayisi yokwemisindo ye-Bluetooth (Windows 10)

Ukuze uxhume insiza kulalela yakho ye-Bluetooth, isipikha, noma amahedifoni ku-PC yakho ye-Windows 10, uzodinga ukubhangqa idivayisi kuqala.

Continue reading “xhuma idivayisi ye-bluetooth ku-pc yami”

shintsha amasethingi okusayinela ukungena kokuthenga esitolo se-windows

Shintsha amasethingi okusayinela ukungena kokuthenga Esitolo Se-Windows

Isitolo Se-Windows sicela iphasiwedi yakho njalo lapho uthenga okuthize. Ukuze wenze ukuthenga kube lula futhi weqe isinyathelo sephasiwedi:
Iya ku-app Yesitolo, bese ukhetha isithombe sakho sokusayinela ukungena eceleni kwebhokisi lokucinga.

Continue reading “shintsha amasethingi okusayinela ukungena kokuthenga esitolo se-windows”

vikela i-pc yakho ye-windows 10 nge-windows defender

Indlela yokuvikela i-PC yakho ye-Windows 10

Zikuphi Izidingo Zokuvikeleka?

Uma une-Windows 10, ngeke ukwazi ukuthola Izidingo Zokuvikeleka kwe-Windows. Kodwa awuyidingi, ngenxa yokuthi usunayo kakade i-Windows Defender, ekunikeza izinga lokuvikeleka elifanayo.

Continue reading “vikela i-pc yakho ye-windows 10 nge-windows defender”