shintsha amasethingi okusayinela ukungena kokuthenga esitolo se-windows

Shintsha amasethingi okusayinela ukungena kokuthenga Esitolo Se-Windows

Isitolo Se-Windows sicela iphasiwedi yakho njalo lapho uthenga okuthize. Ukuze wenze ukuthenga kube lula futhi weqe isinyathelo sephasiwedi:
Iya ku-app Yesitolo, bese ukhetha isithombe sakho sokusayinela ukungena eceleni kwebhokisi lokucinga.


Iya kokuthi Amasethingi > Ukusayinela ukungena kokuthenga > Enza lula okuhlangenwe nakho kwami kokuthenga.
Phendula iswishi ukuze ithi Kuvuliwe.
Lokhu kuzokuvumela ukuthi uthenge Esitolo ngaphandle kokufaka iphasiwedi.
Amanye amadivayisi akho ngeke athinteke kuze kube yilapho ushintsha isethingi kudivayisi ngayinye.
Le sethingi isebenza kukuthenga kwe-in-app.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *